
Description
#Isinamuva #Sjava #Amafu LYRICS: Ehhh hayayayaya yo Hayayayaya Eshe Ngyolala ngimbonile owakwam (eshe) Ngyolala ngimbonile (eshe) Noma lingaguqul′ amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul' amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul′ amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Indlel' engimkhumbule ngayo weh Ngizwe ngathi ngiyasangan′ ekhanda Bayajabula abakubonayo laph' ukhona sthandwa sam weh Ngithi hhayi akubona ubuhle bomuntu lobu Uphuphuzel′ uboy' ebsweni Sithi unyathela ngabantwana Angisay'khulumi ngamehlo ngathi yi Ngelosi Awu shon′ amalanga, shona malanga mina ngiyobon′ udali Ngathi neskhathi sesihamba kanance Bane kuya ngam ngabe sengihleli nawe Sixoxa ngothando lwethu Sibukan' emehlweni weh Ngathi ngiyambona esemoyizela Ngathi ngiyambon′ esemamatheka Ngathi ngiyambon' esengishalazela Futhi unamahloni njalo nje Noma lingaguqul′ amafu Noma kungadum' izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul′ amafu Noma kungadum' izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul' amafu Noma kungadum′ izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Ngizobe ngilindile Ngizobe ngili Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Yazi luhl′ uthando lwethu bo Yint' intle ayidingi ukoniwa Bazamile bahlulekile bonke Abebethi banginyindela kuwe Ngithand ukuthembeka kwakho mina dali Nokungithanda ngoweqiniso Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe Ngibukanise ngawe nezwe lonke Phela wena ngakucel′ enkosini
You May Also Like
- 1
AlbumTravis King
Travis King · 36,101 plays
- 2
AlbumHolak
Holak · 11,138 plays
- 3
AlbumMavuno Church Org
1,570 plays
- 4
AlbumJim Pearson
Jim Pearson · 5,382 plays
- 5
AlbumBastion Radio
7,573 plays
- 6
AlbumDoopamin
Doopamin · 1,744 plays
- 7
Albummy musty place
denim · 7,084 plays
- 8
AlbumKantin
Kantin · 9,707 plays
- 9
AlbumALL BY CHANCE
Nodus · 6,075 plays
- 10
AlbumDOPAMINE
4,994 plays
- 11
AlbumSongs of Ireland
Brobdingnagian Bards · 6,173 plays
- 12
AlbumGreatest Hits
Manfred Mann · 9,776 plays